UMUTHI WOKUZCLEANER uqeda izinduna nobukhuphe ebusweni, ususa isinyama namashwa namabhadi nesigcwagcwa, ukhipha isichitho, ukwenza uthandeke ubenogazi ebantwini nasemsebenzini nakothandiweyo wakho, uyagquma uphalaze ngawo UwR200.
Ngesikhathi ugquma uyakhuluma uthi akusuke sonke isinyama namashwa namabhadi kuvuleke izinhlahla kukhanye kusuke namathunzi amnyama akuvalela izinhlahla. Ucele konke ofisa kwenzeke nasemsebenzini nasebudlelwaneni bakho ugxile kakhulu kulento ofisa yenzeke.
Uma uqeda ukugquma pholisa wona lowomuthi obugquma ngawo ngamanzi abandayo ungabandi kakhulu bese uyageza umzimba wonke ngawo lowo muthi ungasuli ungagcobi bese uyochitha ngaphandle noma etoilet noma kuphi la ongachitha khona. Uma uvuka eksen caphuna futhi into engangesandla uyibilise namanzi engabi maningi bese uyapholisa uwusefe umuthi uphuze kugcwale isisu bese uyaphalaza.
Ungaphalazela ngaphandle noma uphalazele endlini bese uyochitha ngaphandle noma etoilet noma kuphi la ongachitha khona. Konke lokhu okubalwe la ukwenza for 7 days bese uyayeka. Usungaziqhubekela uma kukhona okusalile noma nini noma kanjani akusena mgomo. UwR200
