Uyamkhafula enze lokho okufunwa uwena. Uyambuyisa uma ekushiye usamthanda. Umenza anake ingane noma senihlukene. Uyakupha nje imali? Uyakuphathela ingane uma usazikhiphile nabangani bakho? Khafula loyinto kwazisholo Amandiya.
ISKHAFULO SISEBENZA KANJE: Ngosuku lokuqala ushisa uhalf we-teaspoon leskhafulo estofini noma usishise ngamalahle noma ngani ezoshunqisa iskhafulo njengoba usuke ushisa impepho. Uma sesishunqa uyaqala ke ukhulume. Ukhuluma sengathi uyambona lomuntu umbize ngegama nesibongo usho konke ofuna kwenzeke. Ngesikhathi ukhuluma uletha intuthu ebusweni bakho uqinisekise ukuthi uwedwa awuphazamiseki. Ungasisebenzisa ebusuku noma emini kodwa sisebenza kahle ebusuku ngesikhathi eselele lowo muntu. Uma usuqedile chitha umlotha ngaphandle kwendlu obushisela kuyona.